Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 24:1 - IsiZulu 2020

1 Emva kwezinsuku ezinhlanu, umphristi omkhulu, u-Ananiya, namanye amalunga, wehlela eKhesariya nommeli thizeni okuthiwa nguTherthulu; owachazela umbusi amacala abekwe wona uPawula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Emva kwezinsuku eziyisihlanu umpristi omkhulu u-Ananiya wewuka kanye namalunga athile nommeli othile uTertulu; laba bammangalela uPawulu kumbusi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi emva kwezinsuku eziyisihlanu u-Ananiya umpristi omkhulu wehla kanye namalunga, nomkhulumeli othile uTertulu, bona bemangalele uPawulu kumbusi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi emva kwezinsuku eziyisihlanu u-Ananiya umpristi omkhulu wehla kanye namalunga, nomkhulumeli othile uTertulu, bona bemangalele uPawulu kumbusi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 24:1
15 Referans Kwoze  

njengalokhu nawe uzitholela ukuthi akukapheli nezinsuku ezili-12 ngikhuphukele eJerusalema ukuyokhuleka.


Umphristi omkhulu, u-Ananiya, wayala ababemi eduze naye ukuba bamshaye umlomo.


Abaphristi abakhulu nezikhulu zabaJuda bamchazela ngoPawula. Bamncenga,


wathi: “Sengiyakuluzwa kahle udaba nxa sebefikile abakumangaleleyo.” Wayeseyala ukuba agcinwe enqabeni kaHerode.


Kuthe sekudaluliwe kimi ukuthi kunozungu eboshelwe lona, ngayithumela kuwe ngokushesha, ngabayala nabayimangalelayo ukuba beze kuwe bazokhuluma ngayo phambi kwakho.”


Nilungisele noPawula isilwane azogibela kuso, ukuze nimyise kuFelikisi, umbusi, ephephile.”


Kuthe sekuzophela izinsuku eziyisikhombisa, abaJuda base-Asiya bembonile ethempelini, bagovuza sonke isixuku, bambamba,


Bheka, izikhohlakali zinsala iminsalo, sezifake imicibisholo yazo emnsalweni, ukuze zicibe ebumnyameni abaqotho ngenhliziyo.


futhi ukukhuluma nokushumayela kwami akubanga ngamazwi ahehayo obugagu, kodwa kwaba ngesibonakaliso sikaMoya nesamandla,


Nami bazalwane, ekufikeni kwami lapho kini, angifikanga ngobugagu bokukhuluma noma bokuhlakanipha, kodwa ngimemezele kini imfihlakalo kaNkulunkulu.


okwathi ngiseJerusalema, abaphristi abakhulu namalunga abaJuda bangibikela ngayo becela ukuba ilahlwe ngecala.


Kwathi ngosuku olumisiweyo, uHerode wagqoka ingubo yakhe yobukhosi, wahlala esihlalweni sokwehlulela, wayesekhuluma kubantu.


izinduna zamashumi ayisihlanu nabantu abanodumo, abeluleki nezingcweti ezihlakaniphileyo, nabanolwazi lokulumba.


Ekufikeni kwabo eKhesariya banika umbusi incwadi, bammisa noPawula phambi kombusi.


Esebiziwe uPawula, uTherthulu waqala ukumbeka icala, ethi kuFelikisi: “Ngenxa yakho, selokhu waqala ukubusa, sesibe nokuthula isikhathi eside, futhi sekube nezinguquko ezinhle ozenzele lesi sizwe, ngenxa yobuhlakani bakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite