Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 22:24 - IsiZulu 2020

24 induna yenkulungwane yayala ukuba angeniswe enkanjini, yathi akahlolwe ngenduku, ukuze iqonde ukuthi kungasici sini esibenza bamemeze kanje ngaye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 induna yenkulungwane yayala ukuba angeniswe ekamu,* yathi akahlolwe ngenduku, ukuze iqonde ukuthi kungasiphi isici bememeza kanje ngaye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Induna yenkulungwane yasilaya ukuthi angeniswe enqabeni, yasilaya ukuthi aphenywe ngesiswepu; ukuze azi ukuthi kungani bekhala kanje kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Induna yenkulungwane yasilaya ukuthi angeniswe enqabeni, yasilaya ukuthi aphenywe ngesiswepu; ukuze azi ukuthi kungani bekhala kanje kuye.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 22:24
11 Referans Kwoze  

Kuthe sekusuke esinamathambo, induna yenkulungwane yesaba ukuthi uPawula bangahle bamenzakalise, yayisiyala amabutho ukuba ehle, amsuse phakathi kwabo, amyise enkanjini.


Abanye esixukwini babememeza besho lokhu, nabanye besho lokhuya, ayangakwazi ukuthola iqiniso ngenxa yomsindo, yase iyala ukuba ayiswe enkanjini.


UPilatu wayesemthatha uJesu, wambhaxabula.


Abesifazane babuyiselwa abakubo ababefile sebevusiwe,


“Le ndoda ibibanjwe ngabaJuda, kwathi lapho sebezoyibulala, ngafika namabutho, ngayisindisa sengizwile ukuthi ingumRoma.


Kepha uPawula wathi kuzo: “Basishayile phambi kwabantu, singalahlwanga cala, thina singabantu abangamaRoma, basigquma ejele. Manje basikhipha ngasese na? Phinde, neze! Abeze bona, basikhiphe.”


Lapho esezongeniswa enkanjini, uPawula wathi enduneni yenkulungwane: “Ngabe ngivunyelwe yini ukuba notho engilushoyo kuwe na?” Yona yathi: “Uyasazi yini isiGriki na?


Athi esengihlolile, afuna ukungikhulula, ngokuba athi awafumani cala kimi elifanelwe ukuba ngife.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite