Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:6 - IsiZulu 2020

6 savalelisana, sangena emkhumbini, kodwa bona babuyela emakhaya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 savalelisana, sangena emkhunjini, kepha bona babuyela emakhaya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kwathi sesivalelisane, sangena emkhunjini; babuyela ekhaya futhi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kwathi sesivalelisane, sangena emkhunjini; babuyela ekhaya futhi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:6
6 Referans Kwoze  

Wayesethi kumfundi: “Bheka unyoko.” Kusukela ngaleso sikhathi, lowo mfundi wamthatha uMariya, wamnakekela.


nokho angibanga nakho ukuthula emoyeni wami lapho ngingamfumani uThithu umzalwane wami, kodwa ngavalelisa, ngadlulela eMakhedoniya.


Isikhathi siyeza, yebo, sesifikile, sokuba nihlakazeke, yilowo nalowo aye kokwakhe, ningishiye ngedwa, nokho angingedwa, ngokuba uBaba unami.


Base behamba, kwaba yilowo nalowo waya ekhaya.


Weza kokwakhe, kodwa abakhe abamemukelanga.


Yayisisuka, yaya kuyise. Kepha kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wayisingatha entanyeni, wayanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite