Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:31 - IsiZulu 2020

31 Kuthe sebefuna ukumbulala, kwafika izwi enduneni yenkulungwane elithi lonke iJerusalema liyaphithizela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kuthe sebefuna ukumbulala, kwafika izwi enduneni yenkulungwane lokuthi lonke iJerusalema liyayaluza;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Kwathi besafuna ukumbulala, kwafika umbiko enduneni yenkulungwane ukuthi lonke iJerusalema liyayaluza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Kwathi besafuna ukumbulala, kwafika umbiko enduneni yenkulungwane ukuthi lonke iJerusalema liyayaluza.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:31
19 Referans Kwoze  

Kepha abaJuda benomhawu, baqoqa abantu ababi, baba yisixuku, base bedala isiyaluyalu emzini. Bahlasela indlu kaJasoni befuna ukubakhiphela ngaphandle kubantu.


Ngakho-ke ngakusasa kwafika u-Agripha noBhernisi, bemukelwa ngokuhlonishwa okukhulu, bangena endlini yamacala nezinduna zenkulungwane nezikhulu zomuzi. UFestu wayaleza ukuba uPawula alethwe kubo.


Kepha uFelikisi ekwazi kahle okuqondene naleyo Ndlela, wakuguqisa ukuqulwa kwecala, ethi: “Kuyakuthi uma sekufike uLisiya, induna yenkulungwane, bese nginquma ngodaba lwenu.”


futhi yazama ukungcolisa ithempeli; sayibopha, safuna ukuyehlulela ngomthetho wakithi.


UPawula wabiza enye induna yekhulu, wathi kuyo: “Ake uyise le nsizwa enduneni yenkulungwane, kunokuthile ezakukubika kuyo.”


Bamlalela kwaze kwaba kuleli lizwi, base bekhamuluka bethi: “Msuseni onje emhlabeni, ngokuba akafanele ukuba aphile.”


Kanti awusiye yini umGibhithe, okwathi ngaphambi kwalezi zinsuku wadala isiyaluyalu, wembuka, waholela amadoda ayizi-4 000 ehlane, angababulali na?”


Impela sisengozini yokumangalelwa ngenxa yesiphithiphithi sanamuhla, ngokuba akukho sizathu esingazilandulela ngaso ngalesi siyaluyalu.”


Kwakukhona indoda ethile eKhesariya, igama layo kunguKhorneliyu, iyinduna yekhulu yebutho okuthiwa elase-Ithaliya.


Isigejane samabutho, induna yenkulungwane, nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.


Bayakunikhipha emasinagogeni; yebo, isikhathi siyeza lapho bonke abanibulalayo beyakuthi basebenzela uNkulunkulu.


Base bethi: “Makungabi ngomkhosi, funa kusuke isiyaluyalu esizweni.”


Kepha bathi: “Makungabi ngomkhosi, funa kube khona isiyaluyalu esizweni.”


U-Adoniya nabo bonke ayebamemile bawuzwa umsindo lapho nje beqeda ukudla. UJowabe ezwa ukukhala kwecilongo, wathi: “Ungowani lo msindo wokuxokozela emzini na?”


Amabutho ombusi ayesemthatha uJesu, amngenisa enqabeni, ayeseqoqela kuye iviyo lonke lamabutho.


Ngenxa yalokho, abaJuda bangibamba ethempelini, bazama ukungibulala.


Kepha kwafika uLisiya, induna yenkulungwane, wayithatha ngendluzula enkulu ezandleni zethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite