Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:29 - IsiZulu 2020

29 Ngokuba babekade bembonile phambilini uThroyifimu wase-Efesu esemzini naye, ababecabanga ukuthi uPawula umngenise ethempelini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Ngokuba babebonile ngaphambili uTrofimu wase-Efesu enaye emzini, ababesho ngaye ukuthi uPawulu umngenisile ethempelini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 (Ngokuba babebone ngaphambili uTrofimu wase-Efesu enaye emzini, ababecabanga ukuthi uPawulu umngenise ethempelini.)

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 (Ngokuba babebone ngaphambili uTrofimu wase-Efesu enaye emzini, ababecabanga ukuthi uPawulu umngenise ethempelini.)

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:29
5 Referans Kwoze  

Wayephelezelwa nguSophathru kaPhiru waseBhiriya, abaseThesalonikha: u-Aristarku, uSekhundu, uGayu waseDerbe, uThimothewu, nabase-Asiya uThikhiku noThrofimu.


U-Erastu wasala eKhorinte, kodwa uThrofimu ngamshiya egula eMilethu.


Bafika e-Efesu, wayesebashiya lapho; yena wangena esinagogeni, waqophisana nabaJuda.


kodwa wavalelisa, wathi: “Ngizobuya futhi lapha kini, uma uNkulunkulu evuma.” Wayesesuka e-Efesu ngomkhumbi.


Kwathi u-Apholo eseseKhorinte, kwafika uPawula e-Efesu, esenqamule ezifundeni ezingenhla; wafica abafundi abathile,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite