Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:1 - IsiZulu 2020

1 Kwathi lapho sesihlukene nabo, sahamba ngomkhumbi, sahamba ngendlela eqondile saze safika eKhose, ngakusasa safinyelela eRode, sedlula lapho saya ePhathara,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi sesimukile kubo, sasuka ngomkhumbi, saqonda ngqo, safika eKhose nangangomuso eRodu; sasuka lapho, safika ePathara;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi sesimukile kubo, sasuka ngomkhumbi, saqonda ngqo eKhose, ngangomuso eRodu, sasuka lapho safika ePhathara;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi sesimukile kubo, sasuka ngomkhumbi, saqonda ngqo eKhose, ngangomuso eRodu, sasuka lapho safika ePhathara;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:1
8 Referans Kwoze  

Kepha thina bazalwane, besehlukanisiwe nani okwesikhashana, kodwa hhayi ngezinhliziyo, yingakho sikushisekele kakhulu ukuba sinibone, okuyikhona sikunxanele kakhulu.


Eseqedile ukukhuluma, wathi kuSimoni: “Qhubekela ekujuleni, nehlise amanetha enu, nibambe.”


Sangena emkhunjini wase-Adramathiyu owawusazosuka ugudle ugu e-Asiya, u-Aristarkhu umMakhedoniya waseThesalonikha wayekanye nathi.


Kwathi ngolunye usuku uJesu wagibela esikebheni nabafundi bakhe, wayesethi kubo: “Ake siwelele ngaphesheya kolwandle.” Basuka-ke.


Sasuka lapho, sagudla ngezansi kweKhuphro, ngokuba umoya wawuphikisana nathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite