Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 20:26 - IsiZulu 2020

26 Ngakho-ke ngiyafakaza kini ngalolu lusuku lwanamuhla ukuthi anginacala egazini labo bonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ngakho-ke ngiyafakaza kini ngalolu suku lwanamuhla ngithi anginacala egazini labo bonke.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Ngakho ngiyafakaza kini namuhla ukuthi anginacala egazini labo bonke abantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ngakho ngiyafakaza kini namuhla ukuthi anginacala egazini labo bonke abantu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 20:26
14 Referans Kwoze  

Kepha bamphikisa, behlambalaza, wayesethintitha izingubo zakhe, wathi kubo: “Igazi lenu malibe phezu kwamakhanda enu, mina anginacala; kusukela manje ngizakuya kwabezizwe.”


Ngakho-ke isixuku esasinaye ngesikhathi ebiza uLazaru ukuba aphume ethuneni, emvusa kwabafileyo, safakaza.


Ngokuba ngingafakaza ukuthi anikela engaphoqiwe ngokwamandla awo nangaphezu kwamandla awo.


Sivuleleni indawo ezinhliziyweni zenu, asonanga muntu, asonakalisanga muntu, futhi asidlalanga ngamuntu.


Mina ngibiza uNkulunkulu abe ngufakazi emphefumulweni wami, ukuthi nganginiphephisa ngokuba ngingaphindi ngize eKhorinte,


Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banayo intshisekelo kaNkulunkulu, kodwa engasuki ekwazini,


Lowo obonileyo ufakazile futhi ubufakazi bakhe buqinisile, futhi lowo uyazi ukuthi ukhuluma iqiniso, ukuze nani nikholwe.


Ngisho manje, ufakazi wami usezulwini, ummeli wami usezindaweni eziphakemeyo.


Kwathi kamuva uDavide wakuzwa lokho, wathi: “Mina nombuso wami asinacala kuSimakade kuze kube phakade ngegazi lika-Abhineri, indodana kaNeri.


Ungaxhamazeli ubeke izandla kunoma ngubani, futhi ungahlanganyeli ezonweni zabanye, kodwa uhlale umsulwa.


Nginitshelile namuhla, kodwa anililaleli izwi likaSimakade uNkulunkulu wenu, ngisho nokukodwa nje angithume khona kini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite