Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 20:11 - IsiZulu 2020

11 Esenyukele phezulu, wahlephula isinkwa, wadla, ngokuba wakhuluma nabo isikhathi eside kwaze kwasa; wayesehamba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 esenyukile wahlephula isinkwa, wadla, wakhuluma nabo isikhathi eside kwaze kwasa; wayesemuka-ke.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Esebuyile futhi, wahlephula isinkwa, wadla, wakhuluma isikhathi eside kwaze kwasa, wamuka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Esebuyile futhi, wahlephula isinkwa, wadla, wakhuluma isikhathi eside kwaze kwasa, wamuka.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 20:11
4 Referans Kwoze  

Kwathi ngosuku lokuqala lweviki, sibuthanele ukuba sihlephule isinkwa, uPawula wayelokhu eshumayele lokho, kwaze kwaba phakathi kwamabili, ngoba wayehlose ukuhamba ngakusasa.


Insizwa ethile, igama layo linguYuthikhusi, yayihleli efasiteleni, yazunywa ngubuthongo obunzima, ngokuba uPawula wayeshumayele isikhathi eside, seyehlulwe ngubuthongo, yawa isuka esitezi sesithathu, yathathwa isifile.


Bazinikela njalo esifundisweni sabaphostoli, ekuhlanganeni, ekuhlephuleni isinkwa, nasemikhulekweni.


Base bemletha umfana ephilile, baduduzeka kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite