IzEnzo 2:1 - IsiZulu 20201 Kwathi sekufike usuku lwePhentekhoste, bebuthene bonke ndawonye. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kwathi sekufikile usuku lwePhentekoste, bonke babebuthene ndawonye. Gade chapit laBaasraak Zulu New Testament Bible1 Selufikile usuku lwePhentekoste, babendawonye bonke nganhliziyonye. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20241 Selufikile usuku lwePhentekoste, babendawonye bonke nganhliziyonye. Gade chapit la |
Kwakungumsebenzi walabo ababephethe amacilongo nabahlabeleli ukuba bezwakalise kanyekanye, ngazwi linye, indumiso nokubonga kuSimakade. Ngesikhathi bezwakalisa indumiso ngamacilongo, amasimbali, nangazo zonke izinto zokudumisa, babedumisa uSimakade ngokuba emuhle, umusa wakhe umi phakade; indlu yagcwaliswa yifu, indlu kaSimakade.