Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:6 - IsiZulu 2020

6 UPawula esebekile izandla phezu kwabo, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo, base bekhuluma ngezilimi, futhi baphrofetha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi uPawulu esebekile izandla phezu kwabo, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo; base bekhuluma ngezilimi, baprofetha.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 UPawuli esebeke izandla phezu kwabo, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo; bakhuluma ngezilimi, baprofetha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 UPawuli esebeke izandla phezu kwabo, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo; bakhuluma ngezilimi, baprofetha.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:6
13 Referans Kwoze  

Babamisa phambi kwabaphostoli; bakhuleka, babeka izandla phezu kwabo.


Bonke bagcwala uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokhu uMoya wabapha ukuphumisela.


Ungaxhamazeli ubeke izandla kunoma ngubani, futhi ungahlanganyeli ezonweni zabanye, kodwa uhlale umsulwa.


Lezi zibonakaliso ziyakubonakala kwabakholwayo: Bayakukhipha amadimoni ngegama lami, bakhulume ngezilimi ezintsha.


Ngakho-ke ngiyakukhumbuza ukuba usivuselele njalo isipho somusa sikaNkulunkulu esikuwe owasithola ngokubekwa yimi izandla.


U-Ananiya wahamba, wangena endlini, wabeka izandla phezu kukaSawula, wathi: “Sawula, mzalwane, iNkosi uJesu ebonakale kuwe endleleni obuza ngayo, ingithumile ukuba ubuye ubone, ugcwaliswe ngoMoya oNgcwele.”


Babengamadoda abalelwa eshumini nambili sebebonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite