Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:30 - IsiZulu 2020

30 UPawula wayesefuna ukungena phakathi kwabantu, kodwa abafundi abamvumelanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kepha uPawulu esefuna ukungena phakathi kwabantu, abafundi abamvumelanga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Kwathi uPawulu esefuna ukungena esixukwini, abafundi abamvumelanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwathi uPawulu esefuna ukungena esixukwini, abafundi abamvumelanga.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:30
7 Referans Kwoze  

Kepha uPawula, wathi: “Mina ngingumJuda waseTharsu eKhilikhiya, isakhamuzi somuzi odumileyo. Ngiyacela ukuba ungivumele ngikhulume kubantu.”


Kepha u-Abhishayi, indodana kaZeruya, wamsiza, wamshaya umFilisti, wambulala. Ngenxa yalokho abantu bakaDavide bafunga phambi kwakhe, bathi: “Awusayukubuye uphume impi nathi, ukuze ungasicimi isibani sakwa-Israyeli.”


Kepha lapho abanye sebeqinise amakhanda, bengalaleli futhi bejivaza leyo Ndlela phambi kwesixuku, wasuka kubo, wathatha abafundi, waba nezinkulumompikiswano imihla ngemihla esikoleni sikaTharanu.


Abanye futhi bababusi base-Asiya, abangabahlobo bakhe, bathumela kuye, bamncenga ukuba angalokothi angene esigcawini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite