Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:2 - IsiZulu 2020

2 wathi kubo: “Namamukela yini uMoya oNgcwele mhla nikholwa na?” Kepha bathi kuye: “Qha, asikaze sizwe nakuzwa ukuthi kukhona uMoya oNgcwele.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 wathi: “Namamukela yini uMoya oNgcwele mhla nikholwayo na?” Bathi kuye: “Qhabo, asizwanga nokuzwa ukuba kukhona uMoya oNgcwele.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Wathi kubo: “Namukele uMoya oNgcwele selokhu nakholwa na? Base bethi kuye: “Asikaze sizwe ukuthi kukhona uMoya oNgcwele.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wathi kubo: “Namukele uMoya oNgcwele selokhu nakholwa na? Base bethi kuye: “Asikaze sizwe ukuthi kukhona uMoya oNgcwele.”

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:2
12 Referans Kwoze  

Ngabe oninika uMoya aveze imisebenzi yamandla phakathi kwenu ukwenza lokho ngenxa yemisebenzi yomthetho noma ngokuzwa izwi lokukholwa na?


Anazi yini ukuthi umzimba wenu uyithempeli likaMoya oNgcwele eninaye, enimemukele evela kuNkulunkulu, nokuthi anizimele ngokwenu na?


Wayekusho lokho ngoMoya abazakumamukela labo abakholwa nguye, ngokuba uMoya wayengakafiki, ngenxa yokuba uJesu wayengakakhazimuliswa.


Sebekuzwile lokho, babhabhadiswa egameni leNkosi uJesu.


Esakhuluma uPhethro lawo mazwi, uMoya oNgcwele wehlela kubo bonke ababelilalele izwi.


“ ‘Kuyakuthi ezinsukwini zokugcina, kusho uNkulunkulu, ngiyakuthululela uMoya wami phezu kwenyama yonke; amadodana enu namadodakazi enu ayakuphrofetha, izinsizwa zenu zibone imibono, abadala benu baphuphe amaphupho;


USamuweli wayengakamazi uSimakade, nezwi likaSimakade lalingakembuleki kuye.


Ngokuba ngilangazelela ukunibona ukuze nginabele isipho esithile sokomoya ukuba niqiniswe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite