Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:11 - IsiZulu 2020

11 UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla engavamile ngezandla zikaPawula,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla engavamile ngezandla zikaPawulu,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla emangalisayo ngezandla zikaPawuli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla emangalisayo ngezandla zikaPawuli.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:11
10 Referans Kwoze  

Kwenziwa izimangaliso nezibonakaliso eziningi kubantu, ngezandla zabaphostoli. Bonke babenhliziyonye besemphemeni kaSolomoni.


UNkulunkulu efakaza kanye nabo ngezibonakaliso, ngezimangaliso, ngemisebenzi yamandla enhlobonhlobo, nangokwabelwa kukaMoya oNgcwele ngokwentando yakhe.


USimoni naye wakholwa; esebhabhadisiwe wamlandela uFiliphu, emangaliswa izibonakaliso nemisebenzi emikhulu yamandla eyayenzeka.


Yakwenza lokhu izinsuku eziningi, kodwa uPawula esecasukile waphenduka, wathi kumoya: “Ngiyakuyala egameni likaJesu uKhristu ukuba uphume kuyo.” Waphuma ngaso leso sikhathi.


Ngabe oninika uMoya aveze imisebenzi yamandla phakathi kwenu ukwenza lokho ngenxa yemisebenzi yomthetho noma ngokuzwa izwi lokukholwa na?


Isixuku sonke sathula; salalela uBharnabha noPawula belanda ngezibonakaliso nangezimangaliso uNkulunkulu ayezenze ngabo kwabezizwe.


Nokho-ke, bahlala isikhathi eside, befundisa ngesibindi ngeNkosi eyafakazela izwi lomusa wayo, ngokubanika ukuba benze izibonakaliso nezimangaliso ngezandla zabo.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo Mina, naye uyakuyenza; uyakwenza nemikhulu kunale, ngokuba Mina ngiya kuBaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite