Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 17:22 - IsiZulu 2020

22 UPawula wema phakathi ne-Areyophagu, wathi: “Madoda ase-Athene, ngibona kahle ngakho konke enikwenzayo ukuthi ningabantu abakholwayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UPawulu wema-ke phakathi ne-Areyophagu, wathi: “Madoda ase-Athene, ngiyabona ngakho konke ukuthi nikhonza kakhulu onkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 UPawuli wema phakathi kwentaba yaseMars, wathi: Madoda aseAthene, ezintweni zonke ngiyabona ukuthi likholwa kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UPawuli wema phakathi kwentaba yaseMars, wathi: Madoda aseAthene, ezintweni zonke ngiyabona ukuthi likholwa kakhulu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 17:22
8 Referans Kwoze  

Kepha babenokuphikisana ngokuthile mayelana nenkolo yakubo nangomuntu othile, uJesu owafayo, athi ngaye uPawula uyaphila.


Kepha unobhala womuzi wabathulisa abantu, wathi: “Madoda ase-Efesu, ngubani lapha phakathi kwabantu ongazi ukuthi lo muzi wase-Efesu ungumuzi okugcinwe kuwo ithempeli lika-Artemisi omkhulu nesithombe esawa ezulwini na?


Kuthe uPawula esabalindile e-Athene, umoya wakhe wathinteka kakhulu lapho ebona umuzi ugcwele izithombe.


Makufike isomiso emanzini alo, aze ashe, ngokuba yizwe elinezithombe ezibaziweyo, bahlanyiswa yizithombe zabo ezibaziweyo, ezesabekayo.


Labo abaphelezela uPawula, baze bamshiya e-Athene. Kwathi uSila noThimothewu sebethole umyalezo wokuthi mabaphuthume beze kuye, base bemuka.


Base bemthatha, bamyisa e-Areyophagu, bethi: “Ungasazisa ukuthi iyini le mfundiso entsha okhuluma ngayo na?


Kepha amadoda athile anamathela kuPawula, akholwa. Phakathi kwawo kwakunoDiyonisiyu wase-Areyophagu, nowesifazane okuthiwa nguDamari igama lakhe, nabanye ababe nabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite