Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 16:4 - IsiZulu 2020

4 Lapho bedabula emizini, babedlulisela kubo izinqumo ezathathwa ngabaphostoli namalunga aseJerusalema, ukuba bazigcine.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kwathi bedabula imizi, babanika izinqumo ezanqunywa ngabaphostoli namalunga aseJerusalema ukuba bazigcine.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Kwathi bedabula imizi, babanika izimiso ezamiswa ngabaphostoli namalunga aseJerusalema ukuba bazigcine.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwathi bedabula imizi, babanika izimiso ezamiswa ngabaphostoli namalunga aseJerusalema ukuba bazigcine.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 16:4
5 Referans Kwoze  

Lokho kwadala ukungaboni ngaso linye nempikiswano phakathi kwabo noPawula noBharnabha, base benquma ukuba uPawula, uBharnabha, nabathile babo bakhuphukele eJerusalema, baye kubaphostoli nakumalunga maqondana nalolu daba.


Abaphostoli namalunga babuthana ukuze baluhlole lolu daba.


Bonke bakwenza, bakuthumela emalungeni ngesandla sikaBharnabha noSawula.


Sebefikile eJerusalema, ibandla, abaphostoli, namalunga babemukela, base bebika ngakho konke uNkulunkulu ayekwenze ngabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite