Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 16:32 - IsiZulu 2020

32 Base bekhuluma ngezwi likaNkulunkulu kuye nakubo bonke ababesendlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Base bemshumayeza izwi likaNkulunkulu, yena nabo bonke ababesendlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Base bekhuluma kuye izwi leNkosi nakubo bonke ababesendlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Base bekhuluma kuye izwi leNkosi nakubo bonke ababesendlini yakhe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 16:32
10 Referans Kwoze  

Kanjalo njengoba besinilangazelela, sakuthokozela ukwedlulisela kini, hhayi nje ivangeli likaNkulunkulu kuphela, kodwa ngisho thina uqobo, ngokuba nase ningabathandekayo kithi.


Ngokuba anginamahloni ngevangeli, ngokuba lingamandla kaNkulunkulu, kube yinsindiso kulowo nalowo okholwayo, kumJuda kuqala, nakumGriki;


Mina engimncinyane kunabo bonke abangcwele, ngaphiwa lo musa wokushumayeza abezizwe ivangeli lengcebo kaKhristu engaphenyekiyo.


Nginomthwalo omkhulu emahlombe ami ngamaGriki nabezizwe, kwabahlakaniphileyo nakwabayiziwula.


Wayesethi kubo: “Hambani niye ezweni lonke, nishumayele ivangeli kukho konke okudaliweyo.


Bona bathi: “Kholwa yiNkosi uJesu, yikhona uzakusindiswa, wena nendlu yakho.”


Wabathatha khona ebusuku, wabageza amanxeba, yena wabhabhadiswa nabo bonke abendlu yakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite