Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 15:39 - IsiZulu 2020

39 Kwaba khona ukuphikisana okunzima, baze bahlukana: uBharnabha wahamba noMakhu, wawelela naye eKhuphro ngomkhumbi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Kwase kuvela ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana; uBarnaba wathatha uMarku, wawelela eKhupro ngomkhumbi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Kwaba khona ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana, uBarnabasi wamthatha uMarku, waya eKhupro ngomkhumbi;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Kwaba khona ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana, uBarnabasi wamthatha uMarku, waya eKhupro ngomkhumbi;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 15:39
15 Referans Kwoze  

Uyakhonza kini u-Aristarkhu oyisiboshwa kanye nami, noMakhu umzala kaBharnabha, enatshelwa ngaye. Uma efika kini, mamukeleni,


Ngokuba sonke siyakhubeka ngezindlela eziningi. Uma umuntu engakhubeki ngezwi alikhulumayo, lowo ungophelele impela, umuntu okwazi ukubamba umzimba wakhe wonke ngokungathi ngetomu.


Kwathi uJosefa owaqanjwa ngabaphostoli ngokuthi uBharnabha, okusho ukuthi indodana ekhuthazayo, engumLevi waseKhuphro ngokuzalwa,


Impela emhlabeni akekho umuntu owenza okulungile kodwa, ongoni ngalutho.


Kepha abanye kubo, amadoda ayevela eKhuphro naseKhurene, kwathi ukuba bafike e-Antiyokhiya, bakhuluma nakumaGriki, beshumayela ivangeli ngeNkosi uJesu.


Kwathi ngalezo zinsuku, abafundi sebanda, kwaba khona ukukhononda kulabo abakhuluma isiGriki, ngamaHebheru, ngokuthi abafelokazi bakubo bayancishwa uma kwabiwa imihla ngemihla.


Sasuka lapho, sagudla ngezansi kweKhuphro, ngokuba umoya wawuphikisana nathi.


Lokho kwadala ukungaboni ngaso linye nempikiswano phakathi kwabo noPawula noBharnabha, base benquma ukuba uPawula, uBharnabha, nabathile babo bakhuphukele eJerusalema, baye kubaphostoli nakumalunga maqondana nalolu daba.


Ngibonile ukuthi konke kunesiphetho, kodwa umyalo wakho ubanzi kakhulu.


Ngokuba bawukhuba umoya wakhe, waze wakhuluma amagama aqinile.


Sekumkhanyele lokho, wafika endlini kaMariya, unina kaJohane okuthiwa uMakhu, lapho kwakubuthene khona abaningi bekhuleka.


UBharnabha yena wanquma ukuhamba noJohane okuthiwa uMakhu.


Liyakhonza kini ibandla eliseBhabhiloni elikhethiweyo kanye nani, uyakhonza noMakhu indodana yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite