Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 14:20 - IsiZulu 2020

20 Abafundi sebemngungile, wavuka wangena emzini. Ngakusasa wahamba noBharnabha, baya eDerbe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kepha kwathi abafundi bembunganyele, wavuka, wangena emzini. Ngangomuso wamuka noBarnaba, baya eDerbe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Kepha kwathi abafundi bemhanqile, wavuka, waya emzini; ngangomuso wamuka noBarnaba, baya eDerbe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kepha kwathi abafundi bemhanqile, wavuka, waya emzini; ngangomuso wamuka noBarnaba, baya eDerbe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 14:20
13 Referans Kwoze  

njengabangaziwa kanti saziwa kakhulu, njengabafayo kanti siyaphila, njengabashaywayo kanti asibulawa,


Kwathi sesiphelile isiphithiphithi, uPawula wabiza abafundi, wabakhuthaza, wayesevalelisa, wahamba waya eMakhedoniya.


Sebephumile ejele, bangena kwaLidiya, kwathi sebebabonile abazalwane, babakhuthaza, base behamba.


Sebekwazi lokho, babalekela emizini eLikhawoniya, iListra, eDerbe nasezweni langakhona.


UPawula wahamba waze wafika eDerbe naseListra. Lapho kwakukhona umfundi othile, igama lakhe kunguThimothewu, indodana yowesifazane okholwayo wakwaJuda, kodwa uyise wayengumGriki,


Base behlala nabafundi isikhathi esijana.


Esebathulisile ngesandla, wabalandisa ukuthi iNkosi imkhiphe kanjani ejele, wathi: “Bikelani uJakobe nabazalwane ngalokho.” Waphuma, waya kwenye indawo.


Kwathi ukuba amfumane, wamyisa e-Antiyokhiya. Kwenzeka ukuba bahlanganyele ebandleni isikhathi esiwunyaka, befundisa abantu abaningi. Kwaqala-ke e-Antiyokhiya ukuba abafundi kuthiwe ngamaKhristu.


beqinisa imiphefumulo yabafundi, bebagqugquzela ukuba beme ekukholweni, bethi: “Simelwe ukungena embusweni kaNkulunkulu ngezinhlupheko eziningi.”


Abafundi bazimisela ukuba kube yilowo nalowo ngangamandla akhe, bathumele okokusiza abazalwane eJudiya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite