Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 13:18 - IsiZulu 2020

18 Wababekezelela ehlane, kungathi iminyaka engama-40.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wababekezelela ehlane kungathi iminyaka engamashumi amane.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kwathi cishe iminyaka engamashumi amane wabekezelela imikhuba yabo ehlane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kwathi cishe iminyaka engamashumi amane wabekezelela imikhuba yabo ehlane.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 13:18
19 Referans Kwoze  

Nguye lo owabakhipha eGibhithe enzile izimangaliso nezibonakaliso, nasoLwandle Olubomvu, nasehlane iminyaka engama-40.


“Khumbula, ungakhohlwa ukuthi wamthukuthelisa uSimakade uNkulunkulu wakho ehlane. Benihlale nimhlubuka uSimakade kusukela osukwini owaphuma ngalo eGibhithe waze wafika kule ndawo.


Nasehlane, nibonile ukuthi uSimakade uNkulunkulu wenu wanithwala njengendoda igqogqoshe indodana yayo, endleleni yonke enahamba ngayo, naze nafika kule ndawo.’


bonke labo bantu ababone inkazimulo yami nezibonakaliso zami engazenza eGibhithe nasehlane nokho bangilinga lezi zikhathi ezilishumi, abaze balilalela izwi lami,


Abantu bakwa-Israyeli badla imana iminyaka engama-40, baze bafinyelela ezweni okwakhiwe kulo; bayidla imana baze bafika emngceleni weKhanani.


Lonke ibandla lakwa-Israyeli lakhononda ngoMose no-Aroni ehlane.


Wababekezelela iminyaka eminingi, wabexwayisa ngoMoya wakho, wakhuluma ngabaphrofethi bakho, kodwa abakugqizanga qakala lokho, ngakho-ke wabanikela kubantu abakhelene nabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite