Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 1:14 - IsiZulu 2020

14 Bonke laba baqinisela ekukhulekeni benhliziyonye bekanye nabesifazane, noMariya unina kaJesu, nabafowabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Bonke laba baqinisela nganhliziyonye ekukhulekeni kanye nabesifazane, noMariya unina kaJesu, nabafowabo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Labo bonke baqinisela nganhliziyonye ekukhulekeni nasekunxuseni, kanye nabesifazane, noMariya unina kaJesu, nabafowabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Labo bonke baqinisela nganhliziyonye ekukhulekeni nasekunxuseni, kanye nabesifazane, noMariya unina kaJesu, nabafowabo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 1:14
27 Referans Kwoze  

ngokukhuleka konke nokunxusa, nikhuleka ngezikhathi zonke nikuMoya; kulokho nilinde ngesineke sonke nangokunxusela abangcwele bonke,


Kodwa thina sizakuzinikela ekukhulekeni nasenkonzweni yezwi.”


Qiniselani ekukhulekeni, nilinde nikuwo ninokubonga.


Bazinikela njalo esifundisweni sabaphostoli, ekuhlanganeni, ekuhlephuleni isinkwa, nasemikhulekweni.


ethembeni nithokoze, osizini nibekezele, nasekukhulekeni ningaphezi,


UJesu wayesebalandisa umzekeliso, ebafundisa ukuthi kufanele bakhuleke njalo, bangadangali.


Konke eniyakukucela emkhulekweni, nikholwa, niyakukwamukeliswa.”


Kwathi sekufike usuku lwePhentekhoste, bebuthene bonke ndawonye.


Ngakho-ke uma nina eningababi, nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani-ke uYihlo osezulwini uzakubapha abacelayo kuye uMoya oNgcwele.”


Imihla ngemihla bazinikela nganhliziyonye ethempelini, ekuhlephuleni isinkwa emakhaya, badla ukudla kwabo ngentokozo nangenhliziyo emsulwa,


Babekhona njalo ethempelini, bemdumisa uNkulunkulu.


Kwathi uJesu esakhuluma nezixuku, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.


KwakunguMariya Magdalena, uJowana, uMariya unina kaJakobe nabanye, ababikela abaphostoli lezo zinto.


Abesifazane ababehamba noJesu bevela eGalile balandela, balibona ithuna nokubekwa kwesidumbu sakhe.


Bonke abazana naye, nabesifazane ababemlandela bevela eGalile, bema kude, bebuka lezi zinto.


Seledlule isabatha, uMariya Magdalena, uMariya unina kaJakobe, noSalome bathenga amakha ukuze bahambe bamgcobe ngawo.


Kwakukhona nabesifazane ababebukela, bebuqamama. Phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, uSalome, uMariya ozala uJakobe omncane noJose.


Kwakukhona lapho abesifazane abaningi, ababemi buqamama, bebukela: babekadebemlandela uJesu, bevela eGalile, bemkhonza.


Basuka ngaleso sikhathi, babuyela eJerusalema, bafica abali-11 behlangene ndawonye nabanye ababenabo,


Wabikelwa ukuthi: “Unyoko nabafowenu bami ngaphandle, bafuna ukukubona.”


Ngakho-ke lowo okhuluma ngezilimi, makakhulekele ukuba akwazi ukuzihumusha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite