Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 9:6 - IsiZulu 2020

6 Shiyani izinto zobuwula, niphile, nihambe ngendlela yokuqonda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Yekani ubuwula, niphile, nihambe ngendlela yokuqonda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Yekani iziwula niphile; uhambe ngendlela yokuqonda.

Gade chapit la Kopi




IzAga 9:6
17 Referans Kwoze  

Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha ongumngani weziwula uyolimala.


Ngikufundisile indlela yokuhlakanipha, ngakuhola emikhondweni yobuqotho.


“Phikelelani ukungena ngomnyango omncane. Ngokuba ngithi kini: baningi abayakufuna ukungena, kodwa behluleke.


Ngakho-ke: “Phumani phakathi kwabo, nehlukane nabo,” kusho iNkosi. “Ningathinti okungcolileyo; khona ngiyakunamukela,


Ngase ngizwa elinye izwi livela ezulwini, lithi: “Bantu bami, phumani kulo, ukuze ningahlanganyeli ezonweni zalo, futhi ningehlelwa yizinhlupheko zalo.


Wafakaza nangamanye amazwi amaningi, ebancenga ethi: “Zisindiseni kulesi sizukulwane esonakeleyo.”


Izinsuku zakho ziyokwanda ngami, kwenezelwe neminyaka yokuphila kwakho.


Ngokuba ongifunayo, ufumana ukuphila, azuze umusa kuSimakade.


Sukani kimi, nina enenza okubi, ngokuba mina ngizoyigcina imiyalo kaNkulunkulu wami.


Lalela-ke, ndodakazi, qaphela, ubeke indlebe yakho, ukhohlwe ngabantu bakini nangendlu kayihlo,


Oqaphela ukuyalwa usendleleni eya ekuphileni, kepha owenqaba ukusolwa uyaduka.


Ndodana yami, lalela uhlakaniphe, inhliziyo yakho uyihole ngendlela enhle.


ukuze bahambe ngokwezimiso zami, bagcine izehlulelo zami, bazenze. Bayakuba ngabantu bami, Mina ngibe nguNkulunkulu wabo.


“ ‘ “Inceku yami, uDavide, iyakuba yinkosi, ibabuse, bonke babe nomelusi oyedwa, bayakuhamba ezehlulelweni zami, bazigcine izimiso zami, futhi bazenze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite