Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 9:18 - IsiZulu 2020

18 Kepha ophambukayo akazi ukuthi kukhona izithunzi lapho, nokuthi izimenywa zakhe zisendleleni eya kwelabafileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha akazi ukuthi kuyizithunzi ezilapho nokuthi izimenywa zakhe zisezigodini zendawo yabafileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kodwa kakwazi ukuthi abafileyo bakhona; nokuthi abamenyiweyo bakhe basezinzulwini zesihogo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 9:18
9 Referans Kwoze  

Indlu yakhe iyindlela eqonde endaweni yabafileyo, eyehlela emakamelweni okufa.


Izinyawo zakhe zehlela ekufeni; izinyathelo zakhe zibheke endaweni yabafileyo.


Ngokuba owesifazane oyisiphingi ungamkhokhela ngeqebelengwane lesinkwa, kepha umfazi ophingayo womuntu, uzingela impilo eyigugu yendoda.


Ukumesaba uSimakade kuyisiqalo sobuhlakani. Iziwula ziyakwedelela ukuhlakanipha nokuyalwa.


Kabanakwazi nakuqonda, badukuza ebumnyameni; zonke izisekelo zomhlaba ziyazamazama.


Ngokuba benza sengathi kufihlekile kubo ukuthi izulu lalikhona kwasemandulo, kanye nomhlaba owavela emanzini nangawo amanzi, kwadalwa ngezwi likaNkulunkulu,


Ubawisile abaningi, bafa; ubulele izindimbane.


Ukweduka kwabangenamqondo kuyakubabulala, nokudembesela kweziwula kuyozibhubhisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite