Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 9:12 - IsiZulu 2020

12 Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele; uma wedelela, uyakukuthwala wena wedwa.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele; uma udelela, uyakukuthwala wena wedwa.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma uhlakaniphile, uyakuzihlakaniphela;

Gade chapit la Kopi




IzAga 9:12
13 Referans Kwoze  

Umphefumulo owonayo uyakufa. Indodana ayiyukukuthwala ukona kukayise, noyise akayukukuthwala ukona kwendodana. Olungileyo uyakuphila ngokulunga, nowonayo uyakujeziselwa ukona kwakhe.


“Mawubuyisane noNkulunkulu, ukuze ube nokuthula; ngaleyo ndlela, okuhle kuyakufika kuwe.


Iphango lesisebenzi liyasisebenzela, ngokuba siqhutshwa yindlala.


Manje maningedeleli funa izibopho zenu ziqiniswe, ngokuba ngisizwile isimemezelo sokubhubhisa wonke umhlaba, siqhamuka eNkosini uSimakade Wamabandla.


Kanjalo futhi nasezincwadini zakhe zonke uyakhuluma ngalezi zinto, okukho nakuzo okunzima ukuba kuqondakale, okuthe abangenalwazi nabantekenteke bakuhlanekezela, njengalokhu benze kanjalo nangezinye izincwadi, bazidonsela ukubhujiswa.


Ngokuba yilowo nalowo muntu uyakuthwala umthwalo wakhe.


Umuntu ohlehlayo uyothola umvuzo wezindlela zakhe, kodwa olungileyo uvuna akutshalileyo.


Ukulahlwa kulungiselwe izedeleli, nemivimbo, umhlane weziwula.


Uma impela ngonile, ukona kwami kuhleli kimi.


Yonke imindeni eseleyo, imindeni ngemindeni iyakulila yodwa, nabesifazane bayo balile bodwa.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite