Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 9:1 - IsiZulu 2020

1 Ukuhlakanipha sekwakhe indlu yakho; kuzibazile izinsika zakho eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ukuhlakanipha kwakhile indlu yakho; kuzibazile izinsika zakho eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ukuhlakanipha kwakha indlu yakho, kwaqopha izinsika zakho eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 9:1
17 Referans Kwoze  

Nami-ke ngithi kuwe: Wena unguPhethro; phezu kwaleli dwala ngiyakulakha ibandla lami; amasango eHayidese awayukulahlula.


Onqobayo ngiyakumenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi akasoze aphuma khona. Ngiyakuloba kuye igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, iJerusalema elisha elehla ezulwini livela kuNkulunkulu wami, negama lami elisha.


Lapho bebona umusa engiwuphiweyo, uJakobe, noKhefase, noJohane: labo ababaziwa ngokuthi bayizinsika, banginika mina noBharnabha isandla sokunene sobudlelwano, ukuba thina sisebenze kwabezizwe, kodwa bona basebenze kwabasokileyo,


Wazimisa izinsika zomphemegumbi wethempeli, insika yangakwesokunene wayiqamba ngokuthi uJakini. Insika yangakwesokhohlo ayimisayo wayibiza ngokuthi uBhowazi.


Kepha uma ngilibala, yazi ukuthi abantu kumele baziphathe kanjani endlini kaNkulunkulu, eyibandla likaNkulunkulu ophilayo, insika nesisekelo seqiniso.


Wakha indlu yezinsika: ubude bayo babungamakhubhithi angama-50, ububanzi bungamakhubhithi angama-30; yayinomphemegumbi nezinsika phambi kwayo.


Indlu yakhiwa ngokuhlakanipha, iqiniswe ngokuqonda.


Ukuhlakanipha kuyampongoloza emigwaqweni, kuyaqandula ezigcawini.


Ndodana yami, uma ulalela amazwi ami, ugcine imithetho yami,


Ndodana yami, ungawukhohlwa umthetho wami, kepha inhliziyo yakho mayilonde imiyalelo yami,


Ukuhlakanipha akumemezi yini, nokuqonda akuvezi yini ilaka lakho na?


“We nina nonke enomileyo, wozani emanzini; nani eningenamali wozani nithenge, nidle; wozani nithenge mahhala, yebo, iwayini nobisi, kungabizi mali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite