Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:9 - IsiZulu 2020

9 Kumuntu oqondayo wonke aqondile, alungile kulowo othole ulwazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Aqondile onke koqondayo; alungile kothola ukwazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wonke acacile kwabahlakaniphileyo, alungile kwabathola ukwazi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:9
17 Referans Kwoze  

Isedeleli sifuna ukuhlakanipha kodwa singakutholi, kanti ulwazi lutholakala kalula koqondayo.


Kepha uma kukhona omunye phakathi kwenu oswele ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngokungagodli futhi engabalisi; uyakuphiwa lokho.


Uma umuntu efuna ukwenza intando kaNkulunkulu, uyakwazi ngemfundiso, ukuthi ivela kuNkulunkulu noma ngizikhulumela okwami nje.


Kulotshiwe kubaphrofethi ukuthi: ‘Bonke bayakuba ngabafundiswe nguNkulunkulu.’ Yilowo nalowo omzwile uBaba, wafunda, uza kimi.


Indlela yokuphila imholela kweliphezulu ohlakaniphileyo, ukuba angayi endaweni yabafileyo.


Kungashiwo yini nina ndlu kaJakobe ukuthi uMoya kaSimakade uphelelwa yinisineke noma lezi yizenzo zakhe na? Awamahle yini amazwi ami kohamba ngobuqotho na?


Kuyakuba khona umendo nendlela eyakuthiwa iNdlela Yobungcwele; ongcolileyo akayukuhamba ngayo, kepha iyakuba ngeyabantu bakhe; abahamba ngayo, noma beyiziwula, abayukuduka kuyo.


Inhliziyo ehlaziyayo izuza ulwazi, nendlebe yohlakaniphileyo ifuna ulwazi.


Ukuhlakanipha kuphambi komuntu onokuqonda, kepha amehlo esiwula asemikhawulweni yomhlaba.


Inhliziyo ecubungulayo ifuna ulwazi, kodwa umlomo weziwula udla ubuwula.


Ubusisiwe umuntu othola ukuhlakanipha, nomuntu ozuza ukuqonda,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite