Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:6 - IsiZulu 2020

6 Lalelani izinto ezinkulu engizikhulumayo; amazwi aphuma ezindebeni zomlomo wami angubuqotho,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Zwanini, ngokuba ngiyakulanda okukhulu; ukukhamisa kwezindebe zami kuyakuba ngokulungileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Yizwani; ngoba ngizokhuluma izinto ezinhle kakhulu; nokuvulwa kwezindebe zami kuyoba yizinto zangempela.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:6
13 Referans Kwoze  

ngisho imfihlakalo ebifihlakele kusukela emandulo nasezizukulwaneni, kodwa manje yambuliwe kwabangcwele bakhe,


Izibilini zami ziyakujabula, lapho izindebe zakho zikhuluma okulungileyo.


Ngokuba ngininika imfundiso enhle; ningawushayi indiva umthetho wami.


ukuze kugcwaliseke okwashiwo ngomphrofethi ukuthi: “Ngizakuvula umlomo wami, ngikhulume ngemizekeliso. Ngikhulume izinto ezifihlakeleyo, selokhu kwasekelwa umhlaba.”


Umlomo wami uzokhuluma ukuhlakanipha, ukuzindla kwenhliziyo yami kuzokuba ngukuqonda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite