Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:4 - IsiZulu 2020

4 “Ngiyanibiza nina bantu; izwi lami liqondiswe kubantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Ngiyanibiza nina madoda; izwi lami likumadodana abantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngiyanibiza, madoda; futhi izwi lami libhekise kubantwana babantu.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:4
13 Referans Kwoze  

UMoya nomakoti bathi: “Woza!” Nozwayo makathi: “Woza!” Nowomileyo makeze; othandayo makathabathe amanzi okuphila ngesihle.


“Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa, ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.


Onezindlebe makezwe.


UNkulunkulu uMninimandla wonke, uSimakade uyakhuluma, ubiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga lize liyoshona.


OkunguYena esimshumayelayo, siluleka wonke umuntu, sibafundisa bonke abantu ngokuhlakanipha konke, ukuze sethule wonke umuntu ephelele kuKhristu,


uma kambe nihlala ekukholweni, nisekeliwe, nigxilile, futhi ningagudluzwa ethembeni levangeli enalizwayo, elashunyayelwa kukho konke okudaliweyo okuphansi kwezulu, engenziwa isikhonzi salo mina Phawula.


ngasekungeneni, emasangweni omuzi kuyamemeza, kuthi:


Nina eningenalwazi qondani ukuhlakanipha; nani ziwula, yibani nenhliziyo eqondayo.


Yizwani nonke bantu, ulalele mhlaba nakho konke okukuwe, iNkosi uSimakade izofakaza imelene nani, iNkosi ivela ethempelini layo elingcwele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite