Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:23 - IsiZulu 2020

23 Wangimisa kwasemandulo, ekuqaleni, ngaphambi kokusekelwa komhlaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ngamiswa kwaphakade kwasekuqaleni, umhlaba ungakabikho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Mina ngamiswa kwaphakade, kusukela ekuqaleni, lapho umhlaba ukhona.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:23
10 Referans Kwoze  

“Baba, ngithanda ukuba labo ongiphe bonababe nami lapho ngikhona, ukuze bayibone inkazimulo yami ongiphe yona, ngokuba wangithanda umhlaba ungakasekelwa.


“Kepha wena Bhethlehema Efratha, nakuba ungomncinyane emindenini yakwaJuda, ngiyakuvusa oyakuvela kuwe, uyakuba ngumbusi kwa-Israyeli, ondabuko yakhe ngeyasemandulo, ezinsukwini zaphakade.”


“Mina ngiyibekile inkosi yami, entabeni yami engcwele iZiyoni.”


UNkulunkulu wayesethi: “Masenze abantu babe ngumfanekiso wethu, basifuze, babuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, izinyoni zezulu, izilwane ezifuywayo, nomhlaba wonke, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo.”


Manje-ke ngikhazimulise Wena Baba, kanye nawe uqobo, ngenkazimulo ebenginayo ngikuwe, umhlaba ungakabi bikho.


Ekuqaleni wayekhona uLizwi. ULizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu.


Ukuqala kokuhlakanipha yilokhu: zuza ukuhlakanipha; yebo, ngakho konke okutholileyo, zuza ukuqonda.


Viva ngamabutho ndodakazi, kukhona osivimbezelayo; umehluleli ka-Israyeli bayakumshaya esihlathini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite