Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:21 - IsiZulu 2020

21 labo abangithandayo ngibanika ifa, ngigcwalise izinqolobane zabo zengcebo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 ukuze ngenze abangithandayo badle ifa lemfuyo, ngigcwalise izindlu zabo zengcebo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ukuze abangithandayo ngibenzele ifa lokuhle; ngigcwalise ingcebo yabo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:21
18 Referans Kwoze  

sibe nefa elingapheliyo, elingenasisihla, elingabuniyo, enililondolozelwe ezulwini.


“Labo-ke bayakuhamba, baye ekujezisweni okuphakade; kodwa abalungileyo, bayakuya ekuphileni okuphakade.”


Amakamelo agcwaliswa ngolwazi, nangayo yonke ingcebo enqabileyo neyigugu.


Kepha ngiyosijezisa isizwe esiyobe siyigqilazile, kuthi ekugcineni iphume isinefa elikhulu.


Nezwelana impela nababoshiweyo, nakwemukela ngokuthokoza ukuqhwagwa kwempahla yenu, nazi ukuthi nina ninempahla engcono kunaleyo, futhi engeyaphakade.


Siyozitholela yonke ingcebo eyigugu, sigcwalise izindlu zethu ngempango,


Uyakungazisa indlela yokuphila; phambi kwakho kunenjabulo epheleleyo; intokozo yaphakade, ingakwesokunene sakho.


Uyamvusa ompofu othulini, uyayiphakamisa impabanga ezaleni, abahlalise nezikhulu, badle ifa lesihlalo sobukhosi, ngokuba izisekelo zomhlaba zingezikaSimakade; ubekile izwe phezu kwazo.


Onqobayo uyakudla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi.


Ingcebo, udumo, nomnotho omningi nokulunga, kukimi.


Uma ebhadanyiwe, bamhlawulisa ngokuphindwe kasikhombisa, akhokhe ngayo yonke impahla yomuzi wakhe.


Uma-ke singabantwana, siyizindlalifa futhi; izindlalifa zikaNkulunkulu, nezindlalifa kanye noKhristu, uma nje sihlupheka kanye naye, ukuze futhi sikhazimuliswe kanye naye.


Ngihamba endleleni yokulunga, emikhondweni yobulungiswa,


Isibusiso sikaSimakade siyacebisa; akenezeleli usizi kuso.


Indlu yolungileyo igcwele ingcebo eningi, kepha enzuzweni yezikhohlakali kukhona ukuhlupheka.


Kukhona ingcebo enxanelekayo namafutha endlini yohlakaniphileyo, kepha umuntu oyisiwula uyakugwinya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite