Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:12 - IsiZulu 2020

12 Mina kuhlakanipha ngihlala ekuqondeni, ngithola ulwazi namasu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Mina kuhlakanipha ngakhile ekuqondeni, ngithola ukwazi namasu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Mina ukuhlakanipha kuhlezi ekuzwisiseni, ngithole ulwazi lwamacebo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:12
16 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wakhe uyamkhaliphisa, amfundise indlela eyiyo.


UMose wathi kubantu bakwa-Israyeli: “Bhekani, uSimakade umbize ngegama uBhezaleli indodana ka-Uri, kaHuri, wesizwe sakwaJuda.


Yeka ukujula kwengcebo, nokuhlakanipha, nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka izehlulelo zakhe ezingaphenyekiyo, nezindlela zakhe ezingaqondakaliyo!


Zibanika ubuhlakani abangenakuqonda, ulwazi nokuqaphela kwabasha,


okufihlwe kuye wonke amagugu okuhlakanipha nawokwazi.


kuye futhi sabelwa ifa, njengokuba sasikumiselwe ngaphambilini ngokwecebo lalowo owenza konke ngokwentando yakhe,


Simakade, yaze yaba miningi imisebenzi yakho, yonke uyenze ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele izidalwa zakho.


UDavide washo wathi: “Konke lokho ngikubhalile ngiqondiswa nguSimakade, yebo, wonke umsebenzi walo mfanekiso.”


ukuze ngebandla baziswe manje ababusi nabanamandla emazulwini ukuhlakanipha okuninginingi kukaNkulunkulu,


asiphe wona ngokwedlulele kukho konke ukuhlakanipha nokuqonda,


Lapho abakwaJuda bebheka emuva; bheka, kwakukhona amabutho phambi kwabo nasemuva kwabo. Bakhala kuSimakade, abaphristi bashaya amacilongo.


Wayeyindodana yomfelokazi wesizwana sakwaNafethali, uyise engowaseThire, indoda eyayisebenza ithusi, ihlakaniphile, inokuqonda, futhi inobungcweti bokwenza noma yimuphi umsebenzi wethusi. UHiramu wafika enkosini uSolomoni, wayenzela wonke umsebenzi wayo.


umfanekiso wakho konke ayenakho emicabangweni yakhe ngamagceke endlu kaSimakade, amakamelo nxazonke, ingcebo yendlu kaNkulunkulu, nengcebo yezinto ezingcwele,


Nina eningenalwazi qondani ukuhlakanipha; nani ziwula, yibani nenhliziyo eqondayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite