Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:11 - IsiZulu 2020

11 ngokuba ukuhlakanipha kuhle kunobucwebecwebe, akukho lutho olunye olufiswayo olungaqhathaniswa nakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngokuba ukuhlakanipha kuhle kunamarubi,* nakho konke okungafiswa akunakulinganiswa nakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba ukuhlakanipha kungcono kunamarubi; futhi zonke izinto ezifiselekayo azinakuqhathaniswa nawo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:11
14 Referans Kwoze  

Ngalokho ngiyayithanda imiyalo yakho kunegolide, impela kunegolide elicwengekileyo.


Zinxanelekile kunegolide, ngisho nenqwaba yegolide elicwengekileyo. Zimnandi ukwedlula uju oluconsa emakhekhebeni.


Ngokuba kuyakumsiza ngani umuntu, uma ezuza izwe lonke, kepha alahlekelwe ngukuphila kwakhe na? Yini angayikhipha umuntu, ibe yisihlengo sokuphila kwakhe na?


Kuhle kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide, nokuzuza ukuqonda kunesiliva lekhethelo!


Kukhona igolide namarubhi amaningi, kodwa izindebe ezinolwazi ziyigugu elinqabileyo.


Umthetho womlomo wakho muhle kunezinkulungwane zegolide nezesiliva.


Anambitheka kamnandi amazwi akho, adlula uju emlonyeni wami.


Ngubani ongathola umfazi woqobo na? Uyigugu eledlula inani lamarubhi.


Ukuhlakanipha kuhle njengefa, futhi kusiza labo abasalibona ilanga.


Futhi awuphesheya kolwandle ukuba ungathi: ‘Ngubani oyakusiwelela aye phesheya kolwandle, asilandele wona, ukuze siwuzwe, siwenze, na?’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite