Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:10 - IsiZulu 2020

10 Yamukelani ukuyala kwami kunesiliva, nolwazi, kunegolide lekhethelo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Yamukelani ukufundisa kwami kunesiliva, nokwazi kunegolide elikhethekileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Yamukelani ukulaywa kwami, hatshi isiliva; nolwazi kunegolide elihle.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:10
15 Referans Kwoze  

Ngalokho ngiyayithanda imiyalo yakho kunegolide, impela kunegolide elicwengekileyo.


Umthetho womlomo wakho muhle kunezinkulungwane zegolide nezesiliva.


Thengisisa iqiniso, ukuhlakanipha, ukuyalwa, nokuqonda, ungathengisi ngakho.


Ukuhlakanipha kuhle njengefa, futhi kusiza labo abasalibona ilanga.


Ulimi lolungileyo luyisiliva elikhethekileyo; inhliziyo yezikhohlakali iyinto engelutho.


Kepha uPhethro wathi: “Isiliva negolide anginalo, kepha lokho enginakho ngikupha khona: egameni likaJesu uKhristu waseNazaretha, sukuma uhambe.”


Kuhle kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide, nokuzuza ukuqonda kunesiliva lekhethelo!


Ngiyathokoza ngezwi lakho njengomuntu ejabulela impango eningi.


njengabadabukileyo, kodwa sithokoza njalo, njengabampofu, kepha sibe sicebisa abaningi, njengabangenalutho kanti sinakho konke.


Isithelo sami sihle kunegolide, kunegolide elicolisekileyo, nenzuzo yami, kunesiliva lekhethelo.


Akunakuzuzwa ngegolide, intengo yakho ayinakulinganiswa nesiliva.


Igolide nengilazi akunakulinganiswa nakho, akunakushintshaniswa ngezinto zegolide elicwengekileyo.


Kukhona igolide namarubhi amaningi, kodwa izindebe ezinolwazi ziyigugu elinqabileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite