Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 7:8 - IsiZulu 2020

8 idlula emgwaqweni eduze negumbi lakhe, ibheke ngasendlini yakhe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 edlula esitaladini eduze negumbi lakhe. iya endleleni yendlu yakhe,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Dlula esigcawini eduze negumbi lakhe; wahamba waya endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 7:8
9 Referans Kwoze  

Nibasindise abanye ngokubahlwitha emlilweni, nibahawukele abanye, kodwa nibe nokwesaba, nenyanye ngisho nesembatho esingcoliswe yinyama yabo.


Ngakho-ke zibalekele izinkanuko zobusha, uphokophelele ukulunga, ukukholwa, uthando, ukuthula kanye nalabo abakhuleka eNkosini ngenhliziyo ehlanzekileyo.


Ngakho-ke balekelani ubufebe. Zonke izono umuntu azenzayo zenzeka ngaphandle komzimba, kodwa ofebayo ungcolisa owakhe umzimba.


manje usesemigwaqweni, nanguya esesezigcawini, uyacutha emajikeni wonke.


Dedisela kude naye indlela yakho, ungasondeli emnyango wendlu yakhe,


Ngelinye ilanga uSamsoni waya eGaza, lapho wabona isifebe, walala naso.


Indlu yakhe iyindlela eqonde endaweni yabafileyo, eyehlela emakamelweni okufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite