Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 7:6 - IsiZulu 2020

6 Ngisefasiteleni lendlu yami, ngalunguza ngekhethini lami,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngokuba efasiteleni lendlu yami ngalunguza eheleni lami,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngokuba efasiteleni lendlu yami ngalunguza ohlakeni lwami,

Gade chapit la Kopi




IzAga 7:6
5 Referans Kwoze  

“Walunguza efasiteleni unina kaSisera, wakhala ngemuva kwekhethini, ethi: ‘Ilibaleleni inqola yakhe ukubuya, na? Uphi umsindo wezinqola zakhe, na?’


U-Isaka esenesikhathi ezinze kuleyo ndawo, u-Abhimeleki, inkosi yamaFilisti, ezibukela nje ngefasitela, wamelamela u-Isaka ewotawota umkakhe uRibheka.


Kwathi lapho umphongolo kaSimakade ungena nje emzini kaDavide, uMikhali, indodakazi kaSawule, walunguza efasiteleni, wabona inkosi uDavide itshekula, isina phambi kukaSimakade; wayedelela enhliziyweni yakhe.


ukuze kukuvikele kowesifazane ondindayo, nakowezizwe onamazwi athophayo.


Othandiweyo wami ufana nensephe noma isixhumo sendluzele. Bheka, lona omi ngemuva kodonga lwakwethu; ugqolozele emafasiteleni, upopola ngamakhethini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite