Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 7:26 - IsiZulu 2020

26 Ubawisile abaningi, bafa; ubulele izindimbane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ngokuba uwisile phansi abaningi abalimeleyo; ababuleweyo bakhe bayisixuku esikhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ngokuba waphonsa phansi abaningi abalimele, yebo, amadoda amaningi anamandla abulawa nguye.

Gade chapit la Kopi




IzAga 7:26
14 Referans Kwoze  

USolomoni, inkosi yakwa-Israyeli, akonanga yini ngenxa yabesifazane na? Phakathi kwezizwe eziningi, ayikho inkosi eyayifana naye. Nanxa uNkulunkulu ayemthanda waze wambeka inkosi ka-Israyeli, wadukiswa ngamakhosikazi akhe abezizwe.


Bathandekayo, ngiyanincenga njengabafokazi nezihambi ukuba nidede ezinkanukweni zenyama ezilwa nomphefumulo.


Masingafebi njengokuba abanye babo bafeba, bafa ngalusuku lunye abayizi-23 000.


Uyakuthola imivimbo nokuphoxeka, ukwethukwa kwakhe akuyukwesulwa.


U-Abhineri esebuyele eHebhroni, uJowabe wambizela eceleni ngasesangweni ukuze akhulume naye ngasese. Wamgwaza esiswini wafela lapho, ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


AmaFilisti ambamba, amkhipha amehlo, amehlisela eGaza, ambopha ngamaketanga ethusi. Wagwedla isigayo ejele.


funa kuthi ekufikeni kwami futhi, uNkulunkulu wami angithobise phambi kwenu, ngililele abaningi abebekade bonile, bengaphendukanga kulokho abakwenzileyo, ekungcoleni, ebufebeni, nasemanyaleni.


Kepha ophambukayo akazi ukuthi kukhona izithunzi lapho, nokuthi izimenywa zakhe zisendleleni eya kwelabafileyo.


Indlu yakhe iyindlela eqonde endaweni yabafileyo, eyehlela emakamelweni okufa.


Ngokuba indlu yakhe iholela ekufeni, nezindlela zakhe emathunzini.


Ucutha njengomphangi, andise inani labantu abambuluzayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite