Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 7:23 - IsiZulu 2020

23 uze umcibisholo uhlabe esibindini sayo; isheshela ogibeni njengenyoni, ingazi ukuthi lubekelwe ukuphila kwayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 umcibisholo uze uhlabe isibindi sakhe njengenyoni isheshela ogibeni, ingazi ukuthi lubekelwe ukuphila kwayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Umcibisholo uze ungene esibindini sakhe; njengenyoni igijimela ogibeni, ingazi ukuthi kungenxa yomphefumulo wayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 7:23
8 Referans Kwoze  

Ngokuba umuntu akasazi isikhathi sakhe; kunjengezinhlanzi ezibanjwa enethini elinonya, nezinyoni ezibanjwa ogibeni; kanjalo nabantu babanjwa ogibeni olubi, oluyisikhathi esibafikela bengazelele.


Kepha ophambukayo akazi ukuthi kukhona izithunzi lapho, nokuthi izimenywa zakhe zisendleleni eya kwelabafileyo.


Ngokuba balendlalele ize inetha labo, ukucupha ugibe izinyoni zonke zibuka.


Ngokuba owesifazane oyisiphingi ungamkhokhela ngeqebelengwane lesinkwa, kepha umfazi ophingayo womuntu, uzingela impilo eyigugu yendoda.


Ophinga nowesifazane akanakho ukuqonda; owenza lokho ubhubhisa impilo yakhe.


Iyamlandela masinyane njengenkabi iya ekuhlatshweni nanjengenyamazane ingena esihibeni;


Ngathola okumuncu okwedlula ukufa: owesifazane onenhliziyo ewugibe nenethi, ozandla zakhe ziyizibopho; othokozisa uNkulunkulu uyasinda kuye, kodwa isoni uyasibamba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite