Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 6:9 - IsiZulu 2020

9 Uyakulala kuze kube nini, vilandini? Uyakuvuka nini ebuthongweni bakho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Uyakulala kuze kube nini, vilandini? Uyakuvuka nini ebuthongweni bakho na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Uyolala kuze kube nini, sivila? uyakuvuka nini ebuthongweni bakho?

Gade chapit la Kopi




IzAga 6:9
15 Referans Kwoze  

ngokuba konke okubonakalayo kungukukhanya. Ngalokho kuthiwa: “Phaphama wena oleleyo, uvuke kwabafileyo, uKhristu uzakukukhanyisa.”


Jerusalema, hlanza ububi obusenhliziyweni yakho, ukuze usindiswe. Kuyoze kube nini imicabango yakho emibi ihleli ezibilini zakho na?


Qaphelani nina zithutha eziphakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuqonda nini na?


Yenzani lokhu, ngokuba nazi isikhathi ukuthi sekuyihora lokuba nivuke ebuthongweni. Ngokuba manje insindiso isisondele kithi kunangaleso sikhathi esaqala ngaso ukukholwa.


“Kuyoze kube nini ziwula ndini nithanda ubuwula, nani zedeleli, nithokoziswa ngukweyisa, nani ziwula nizonda ulwazi na?


Kwafika umuntu owayethunywe nguNkulunkulu, igama lakhe nguJohane.


Yana entuthwaneni, vilandini, ubone izindlela zayo, uhlakaniphe;


nokho ilungise ehlobo isinkwa sayo, ibuthe ukudla kwayo ngesikhathi sokuvuna.


Ngobuthongo nje obuncane, nokozela nje okuncane, ukusonga izandla kancane kuze kulalwe;


Ubuvila buletha ubuthongo obunzima; oyivila uyobulawa yindlala.


Ungathandi ubuthongo, funa ube mpofu; vula amehlo akho, uyakusutha ngesinkwa.


Isicabha siphenduka ngezingibe zaso, nevila ecansini lalo.


Isiwula sisonga izandla zaso, sidle inyama yaso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite