Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 5:6 - IsiZulu 2020

6 Akayiqikeleli indlela yokuphila, funa ukwenza kwakhe kuguquke engazelele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Akanaki umkhondo wokuphila; imikhondo yakhe iyaguquguquka, engazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ungacabangi ngendlela yokuphila, izindlela zakho zihamba, ukuze ungazi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 5:6
12 Referans Kwoze  

Hlelemba indlela yezinyawo zakho ukuze ziphephe zonke izindlela zakho.


Uyakungazisa indlela yokuphila; phambi kwakho kunenjabulo epheleleyo; intokozo yaphakade, ingakwesokunene sakho.


“Injena-ke indlela yowesifazane ophingayo: uyadla, bese esula umlomo wakhe, athi: “Angenzanga okubi.”


Ngokuba izindlela zomuntu ziphambi kwamehlo kaSimakade; uyayilinganisa yonke imikhondo yakhe.


Ngizindla ngezindlela zami; izinyawo zami ngiziqondisa ebufakazini bakho.


Ogxilile ekulungeni uyakuphila, kepha olandela okubi kuyakuba ngukufa kuye.


Banamehlo agcwele ukulangazelela ukuphinga, futhi awakuyeki ukona. Bayenga ababuthakathaka, banenhliziyo eyejwayele ukuba nomhobholo, bangabantu abaqalekisiweyo.


Bonke abazisondeza kuye ababuyi, abafinyeleli emikhondweni yokuphila,


Owesifazane oyisiwula unomsindo, uyisiwula, akazi lutho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite