Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 5:3 - IsiZulu 2020

3 Izindebe zowesifazane ondindayo ziconsa uju; umlomo wakhe ubushelelezi kunamafutha,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba izindebe zowesifazane ondindayo ziconsa izinyosi; umlomo wakhe ubushelezi kunamafutha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba izindebe zowesifazane ongaziwa ziconsa njengezinyosi, nomlomo wakhe ubushelelezi kunamafutha.

Gade chapit la Kopi




IzAga 5:3
10 Referans Kwoze  

Lokhu kuyokusindisa kowesifazane ondindayo, nakowezizwe omazwi akhe ayashelela,


Uyiphambukisa ngamazwi akhe amaningi ahehayo; uyiyenga ngokuthopha kwezindebe zakhe.


ukuze kukuvikele kowesifazane ondindayo, nakowezizwe onamazwi athophayo.


ukuze uvikeleke kowesifazane okhohlakeleyo, nasekuthopheni kolimi lowesifazane ondindayo.


amazwi akhe abushelelezi kunamafutha, kodwa inhliziyo igaya izibozi.


Ndodana yami, yini ekwenza uhlanyiswe ngumfazi ondindayo, ugone umfazi ongamazi esifubeni na?


Umlomo wowesifazane ondindayo ungumgodi ojulileyo; oqalekiswe nguSimakade, uyakuwela kuwo.


Izindebe zomlomo wakho ziconsa njengamakhekheba ezinyosi; makoti wami, uju nobisi kungaphansi kolimi lwakho, iphunga lezingubo zakho linjengephunga laseLebhanoni.


Ngathola okumuncu okwedlula ukufa: owesifazane onenhliziyo ewugibe nenethi, ozandla zakhe ziyizibopho; othokozisa uNkulunkulu uyasinda kuye, kodwa isoni uyasibamba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite