Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:5 - IsiZulu 2020

5 Zuza ukuhlakanipha, uzuze ukuqonda; ungakhohlwa, ungachezuki emazwini omlomo wami;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Zuza ukuhlakanipha, zuza ukuqonda; ungakhohlwa, ungachezuki emazwini omlomo wami;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Zuza ukuhlakanipha, zuza ukuqonda; ungakukhohlwa; futhi ungasuki emazwini omlomo wami.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:5
17 Referans Kwoze  

Kepha uma kukhona omunye phakathi kwenu oswele ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngokungagodli futhi engabalisi; uyakuphiwa lokho.


Wenza okulungileyo phambi kukaSimakade, wahamba ngezindlela zikaDavide ukhokho wakhe, kachezukelanga ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.


Ozuza ukuqonda uthanda umphefumulo wakhe; ogcina ukuqonda, ufumana okuhle.


Yini ukuba isiwula sibe nemali yokuthenga ukuhlakanipha esandleni, sibe singenangqondo na?


Nina eningenalwazi qondani ukuhlakanipha; nani ziwula, yibani nenhliziyo eqondayo.


Izinhliziyo zethu azikufulathelanga, izinyathelo zethu aziphambukanga endleleni yakho,


Thengisisa iqiniso, ukuhlakanipha, ukuyalwa, nokuqonda, ungathengisi ngakho.


Lowo ozazi yena ofuna intando yakhe; umelana nakho konke ukuhlakanipha okungqokolo.


Kuhle kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide, nokuzuza ukuqonda kunesiliva lekhethelo!


Abangizingelayo nabayizitha zami baningi, kodwa angichezuki emiyalelweni yakho.


Abazidlayo bangihleka usulu kakhulu, kepha emthethweni wakho angichezuki.


Unyawo lwami lunamathele ezinyathelweni zakhe; ngiyigcinile indlela yakhe, angiphambukanga.


Ndodana yami, ungawukhohlwa umthetho wami, kepha inhliziyo yakho mayilonde imiyalelo yami,


Ukuqala kokuhlakanipha yilokhu: zuza ukuhlakanipha; yebo, ngakho konke okutholileyo, zuza ukuqonda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite