Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:24 - IsiZulu 2020

24 Qhela ekukhulumeni okugwegwile, dedisela kude nawe izindebe ezonakele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Susa kuwe ukuphambana komlomo, nezindebe eziyisigwegwe uzidedisele kude nawe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Khipha umlomo omubi kuwe, nezindebe ezisontekile zikude nawe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:24
16 Referans Kwoze  

Uma umuntu ethi uyakholwa, kodwa engabophi ulimi lwakhe kube sengathi ngetomu, kodwa ezikhohlisa enhliziyweni yakhe, ukukholwa kwalowo kuyize.


Wonke amazwi avela emlonyeni wami angukulunga; akukho lutho kuwo okuyisigwegwe nokuphambeneyo.


Ngakho-ke lahlani konke ukungcola nobubi okukini, namukele ngobumnene izwi elitshalwe kini, elinamandla okusindisa imiphefumulo yenu.


Ukwesaba uSimakade kungukuzonda okubi. Ukuzikhukhumeza, ukuzidla, indlela embi, nomlomo ophoxayo, ngiyakuzonda.


Ngakho-ke lahlani bonke ububi, bonke ubuqili, ukuzenzisa, umhawu, nakho konke ukunyembenya.


Umuntu ongenamsebenzi walutho, umuntu wokona, uhamba ephafuza inkohliso;


ukuxabana okungapheliyo kwabantu abangqondo yabo yonakalisiwe, futhi abaphucwe iqiniso, abathi ukuzenzela inzuzo kungubuNkulunkulu.


Kepha manje lahlani konke lokhu: ulaka, ukuthukuthela, ububi, ukuhlambalaza, nokukhuluma amahlazo ngemilomo yenu.


Lahlani zonke iziphambeko zenu eniphambuke ngazo, nizenzele inhliziyo entsha nomoya omusha; uyakufelani wena ndlu ka-Israyeli na?


Onenhliziyo ephambeneyo akakufumani okuhle; onolimi oluphambeneyo uwela engozini.


uma udedisele kude inkohlakalo esesandleni sakho, ungakuhlalisi ukungalungi emathendeni akho,


Amehlo akho mawabheke phambili, nezinkophe zakho ziqonde phambi kwakho.


Izindebe zolungileyo ziyakwazi okwamukelekileyo, kepha umlomo wezikhohlakali ukhuluma okuphambeneyo.


Ungcono umuntu ompofu ohamba ngobuqotho, kunesiwula esikhuluma okuphambene ngezindebe zaso.


Gwema okubi, wenze okuhle; funa ukuthula, ukuphokophelele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite