Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:22 - IsiZulu 2020

22 ngokuba kungukuphila kwabakufumanayo, nempilo emzimbeni wonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 ngokuba kungukuphila kwabakufumanayo nempilo yomzimba wonke wabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngoba kungukuphila kwabakutholayo, nempilo kuyo yonke inyama yabo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:22
8 Referans Kwoze  

Ukukhuluma kwabanye ngokuhlaphaza kufana nokuhlaba kwenkemba, kodwa ulimi lwabahlakaniphileyo luyaphilisa.


Yizwa ndodana yami, wemukele amazwi ami khona iminyaka yokuphila kwakho iyoba miningi.


Lokho kuyakuba yimpilo emzimbeni wakho, nokuhlunyelelwa kwamathambo akho.


“ ‘Bheka, ngiyakuwulethela impilo nokuphulukiswa, ngibelaphe, ngibambulele impumelelo nokulondeka okukhulu.


wangifundisa, wathi, kimi: “Inhliziyo yakho mayibambelele emazwini ami, ugcine imiyalelo yami, uphile.


kuyokuba ngukuphila emphefumulweni wakho, nomgexo entanyeni yakho.


Ngokuba ongifunayo, ufumana ukuphila, azuze umusa kuSimakade.


Amazwi amnene anjengamakhekheba oju; amnandi emphefumulweni, angukuphila emathanjeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite