Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:17 - IsiZulu 2020

17 kwazise badla isinkwa senkohlakalo, baphuze iwayini lobudlova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngokuba badla isinkwa sobubi, baphuza iwayini lobudlwangudlwangu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngokuba badla isinkwa sobubi, baphuze newayini lobudlova.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:17
17 Referans Kwoze  

Labo abacebileyo bakhona banobudlova obedlulele, nezakhamuzi zakhona zihubhuza amanga, nolimi lwenkohliso lusemlonyeni wazo.


Abaqondi lutho bonke abenza okubi, abadla abantu bami sengathi badla isinkwa, bengakhuleki kuSimakade.


“Maye, kini zazimthetho nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu! Nani aningeni, kodwa abangenayo anibavumeli ukuba bangene.


Izikhulu zawo zingamabhubesi abhodlayo, abehluleli bakhona bangamankentshane asebusuku, abashiyi lutho okwangomuso.


Usho kanje uSimakade: “Ngabaphrofethi abadukisa abantu bami, abaluma ngamazinyo abo, bamemeze bathi: ‘Ukuthula,’ kuthi lowo ongabeki lutho emlonyeni wabo bavivele ukumthelekela ngempi.


Ukudla okutholakale ngomgunyathi kumnandi, kodwa kamuva umlomo uyakugcwala uhlwayi.


“Amanzi okwebiwa amnandi, nesinkwa esidlelwa esithe siyenamisa.”


Umuntu uyakudla okuhle okuvela emazwini akhe amahle, kepha abambuluzayo balambele ubudlova.


Izandla zabo zenza kahle okubi. Isikhulu sinesicelo, umehluleli ubheka umfumbathiso; omkhulu ukhuluma ngesifiso somphefumulo wakhe; benze itulo ngalokho.


Maye kulabo abadonsa ukona ngezintambo zamanga, nezono kungathi ngamagoda ezinqola,


Maye kulabo abathi okubi kuhle, nokuhle kubi, labo abathi ubumnyama kungukukhanya, nokukhanya kungubumnyama; abathi okubabayo kumtoti, nokumtoti kuyababa!


“Yilowo nalowo makaxwaye umakhelwane wakhe, ningethembeli nakubafowenu, ngokuba abafowenu bonke bagebenga, bonke omakhelwane behla benyuka, behleba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite