Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:15 - IsiZulu 2020

15 Yigweme, ungahambi ngayo; chezuka kuyo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Yixwaye, ungadluli ngayo; chezuka kuyo, udlule.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kugweme, ungadluli kuyo, suka kuyo, udlule.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:15
12 Referans Kwoze  

Ningahlanganyeli emisebenzini yobumnyama engenazithelo, kodwa kunalokho niyidalule,


Dedani kulo lonke uhlobo lobubi.


Uma ubuyela kuSomandla, uyakusimamiswa, uma ususa ukungalungi ethendeni lakho,


uma udedisele kude inkohlakalo esesandleni sakho, ungakuhlalisi ukungalungi emathendeni akho,


Ziqhelelanise nokwethwesa omunye icala lamanga, ungambulali ongenacala noma labo abaseqinisweni, ngokuba angiyukumkhulula onecala.


Yilowo ohamba ngokulunga, okhuluma okuqotho, ongayithathi inzuzo ngokungafanele, ongavumeli izandla zakhe zamukele imivuzo yobuqili, ovala izindlebe ukuze angezwa ngokuchithwa kwegazi, ovala amehlo akhe angabuboni ububi,


Zisindise njengensephe esandleni somzingeli, nanjengenyoni esandleni somcuphi.


Dedisela kude naye indlela yakho, ungasondeli emnyango wendlu yakhe,


Ungalubhadi unyawo lwakho endleleni yezikhohlakali, ungahambi emkhondweni wababi.


Ngokuba abalali uma bengakwenzanga okubi; bayaqwasha uma bengakhubekisanga muntu;


Ndodana yami, ungazibandakanyi nabo, ungalubhadi unyawo lwakho ezindleleni zabo,


Ungabi namhawu ngabantu ababi, ungafisi ukuba nabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite