Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:11 - IsiZulu 2020

11 Ngikufundisile indlela yokuhlakanipha, ngakuhola emikhondweni yobuqotho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngikufundisa ngendlela yokuhlakanipha; ngikuhola emikhondweni yobuqotho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngikufundisile endleleni yokuhlakanipha; Ngikuholile ezindleleni ezilungile.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:11
11 Referans Kwoze  

Ngaphezu kokuhlakanipha, uMshumayeli wayebuye afundise abantu ukwazi, walinganisa, wacwaninga, wahlela izaga eziningi.


Kumuntu oqondayo wonke aqondile, alungile kulowo othole ulwazi.


Lalelani izinto ezinkulu engizikhulumayo; amazwi aphuma ezindebeni zomlomo wami angubuqotho,


Uvuselela umphefumulo wami. Ungiholela ezindleleni zokulunga, ngenxa yeGama lakhe.


“Bhekani, nginifundisile izimiso nezehlulelo, njengokuba uSimakade uNkulunkulu wami engiyalile ukuba nenze kanjalo phakathi kwezwe enizongena kulo ukuba nilidle.


wangifundisa, wathi, kimi: “Inhliziyo yakho mayibambelele emazwini ami, ugcine imiyalelo yami, uphile.


wathi: “Maye, kuwe wena ogcwele inkohliso yonke nobubi bonke, ndodana kaSathane, sitha sokulunga konke, awuyukuyeka yini ukuphambukisa izindlela eziqondileyo zeNkosi na?


Ngihamba endleleni yokulunga, emikhondweni yobulungiswa,


ukuze bahambe ezindleleni zabahle, bagcine izindlela zabalungileyo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite