Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:1 - IsiZulu 2020

1 Yizwani madodana ami, ukuyala kukayihlo, nilalelelisise, ukuze nazi ukuqonda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Zwanini, madodana ami, ukulaya kukayise, nilalele, ukuze nazi ukuqonda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Bantwana, yizwani ukulaya kukayise, nilalele ukuze nifunde ukwazi ukuqonda.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:1
15 Referans Kwoze  

Ngakho-ke kufanele kakhulu ukuba sibambisisise lokho esikuzwileyo, funa siphambuke kukho.


Wozani bantwana, lalelani kimi, ngizonifundisa ukwesaba uSimakade.


Ndodana yami, lalela ukuqondisa kukayihlo, ungayedeleli imfundiso kanyoko,


Beka indlebe yakho, uzwe amazwi ezihlakaniphi, usigcine enhliziyweni yakho isifundiso sami,


Ndodana yami, lalela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami.


Yizwa iseluleko, wemukele ukuqondiswa, ukuze ekugcineni uhlakaniphe.


Yisho kukho ukuhlakanipha uthi: “Wena ungudadewethu,” ubize ukuqonda, ukubize ngokuthi yisihlobo sakho,


Ngezokufunda ukuthi kuyini ukuhlakanipha, nokufundisa ukuqonda amazwi ajulile,


Siligcinile izwi likaJonadaba indodana kaRekhabhi ukhokho wethu kukho konke asiyala ngakho ukuba singaliphuzi iwayini zonke izinsuku zokuphila kwethu, thina nomkethu, namadodana namadodakazi ethu,


“Hlanganani, nilalele madodana kaJakobe, lalelani uyihlo u-Israyeli.


Indodana ehlakaniphile iyayalwa nguyise, kodwa isedeleli asilaleli lapho sikhuzwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite