Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:34 - IsiZulu 2020

34 Izedeleli uyazedelela, kepha abathobekileyo ubapha umusa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Izideleli uyazidelela, kepha abathobekileyo ubapha umusa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Impela uyabahleka abaklolodayo, kepha abathobekile ubapha umusa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:34
12 Referans Kwoze  

Kepha unikeza umusa kakhulu ngakho, uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo, kodwa abathobekileyo ubapha umusa.”


Kanjalo nani zinsizwa, thobelani amalunga, kodwa nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelene nabazidlayo, kodwa abathobekileyo ubapha umusa.


Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele; uma wedelela, uyakukuthwala wena wedwa.”


Nakuba uSimakade ephakeme, uyamnakekela ophansi; ozidlayo umazi ekude.


Usho kanje ophezulu nophakemeyo, ohlala kuze kube phakade, ogama lakhe lingoNgcwele, uthi: “Ngihlala endaweni ephakemeyo nengcwele, nakulowo onomoya odabukileyo nothobekileyo, ukuvuselela umoya wabathobekileyo, nokuphilisa izinhliziyo zabazisolayo.


Ozidlayo nozigabisayo yisedeleli igama lakhe, yena owenza konke ngokuziphakamisa okukhulu.


Ukulahlwa kulungiselwe izedeleli, nemivimbo, umhlane weziwula.


Konenhliziyo emhlophe uzibonakalisa ehlanzekile, kowonakele uzibonakalisa eyisigwegwe.


Iziwula ziyawudelela umnikelo wecala, kepha kwabaqotho wemukelekile.


Kungcono ukuba nomoya othobekileyo phakathi kwabahluphekayo, kunokuhlukaniselana impango nabazidlayo.


Ngakho-ke nami ngiyonihleka usulu ngesikhathi nehlelwa yinhlekelele, nginiklolodele lapho senigcwele uvalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite