Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:18 - IsiZulu 2020

18 Kungumuthi wokuphila kulabo abakubambayo, babusisiwe labo ababambelela baqine kukho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kungumuthi wokuphila kwabakubambayo, nababambelela kukho babusisiwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kungumuthi wokuphila kwabakubambayo, babusisiwe bonke abakubambayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:18
11 Referans Kwoze  

Isithelo solungileyo singumuthi wokuphila, nohlakaniphileyo uyayizuza imiphefumulo.


Ulimi oluphilisayo lungumuthi wokuphila, kepha olobuqili luyawephula umoya.


“ ‘Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila osePharadisi likaNkulunkulu.’


Ithemba elingakagcwaliseki ligulisa inhliziyo; isifiso esiphumelele singumuthi wokuphila.


USimakade uNkulunkulu wathi: “Bhekani, umuntu usefana nathi, useyakwazi okuhle nokubi. Akanqandwe ukuba angalokothi adle isithelo somuthi wokuphila, bese ephila ingunaphakade.”


USimakade uNkulunkulu watshala zonke izinhlobo zezihlahla ezibukekayo ukuba zithele izithelo ezinhle ezidliwayo. Phakathi naleyo nsimu kwakumile umuthi wokuphila, nomuthi wokwazi ukwehlukanisa okuhle nokubi.


Phakathi komgwaqo wawo nomfula kuleli cala, ngakwelinye kukhona umuthi wokuphila, owawuthela izithelo ezili-12, izithelo zawo uzithela nyanga zonke, amacembe omuthi angawokuphilisa izizwe.


Bambelela ekuyalweni, ungakuyeki; kulonde, ngokuba kungukuphila kwakho.


Ubusisiwe umuntu ongilalelayo, alinde imihla ngemihla emasangweni ami, ahlale ngasezinsikeni zeminyango yami.


Ngokuba ukuvikeleka kokuhlakanipha kufana nokuvikeleka kwemali, kodwa ubuhle bolwazi nokuhlakanipha kulondoloza ukuphila kwalowo onakho.


“Ngakho-ke bantwana, ngizweni, ngokuba babusisiwe abagcina izindlela zami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite