Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:16 - IsiZulu 2020

16 Impilo ende isesandleni sakho sokunene, kwesokhohlo sakho kukhona ingcebo nodumo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ubude bezinsuku busesandleni sakho sokunene, nakwesokhohlo kukhona ingcebo nodumo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ubude bezinsuku busesandleni sabo sokunene; nasesandleni sakhe sokhohlo ingcebo nodumo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:16
14 Referans Kwoze  

khona iyakwenezela kuwe izinsuku, neminyaka yokuphila nokuthula.


njengabadabukileyo, kodwa sithokoza njalo, njengabampofu, kepha sibe sicebisa abaningi, njengabangenalutho kanti sinakho konke.


Umvuzo wokuthobeka nokwesaba uSimakade wudumo, nengcebo nokuphila.


ngokuba ukuvocavoca umzimba kusiza kancane, kodwa ukwesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, futhi kunesithembiso kulokhu kuphila nakulokho okuzayo.


Ngizokunika nongazange ukucele; ingcebo nodumo. Akukho nayinye phakathi kwamakhosi eyolinganiswa nawe, izinsuku zonke zokuphila kwakho.


ongayukwemukeliswa ngekhulu manje kulesi sikhathi: izindlu, abafowabo, odadewabo, onina, abantwana, amasimu, nokuhlushwa; esikhathini esizayo ukuphila okuphakade.


Yacela kuwe ukuphila, wayipha khona; yaphila izinsuku eziningi, kwaze kwaba ingunaphakade.


Ungangilahli ngesikhathi sobudala, ungangishiyi lapho sengiluphele,


Ingcebo nemfuyo kusendlini yakhe, ukulunga kwakhe kumi phakade.


Izinsuku zakho ziyokwanda ngami, kwenezelwe neminyaka yokuphila kwakho.


Ungayethemba yini ukuthi ingayibuyisa imbewu yakho, iyibuthele esibuyeni sakho na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite