Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:15 - IsiZulu 2020

15 Ukuhlakanipha kuyigugu kunamarubhi, nakho konke okunxanelekayo akunakuqhathaniswa nakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kuyigugu kunamarubi,* nakho konke ongakufisa akunakulinganiswa nakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uyigugu ngaphezu kwamarubi, nakho konke ongakufisa akunakukufanisa nabo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:15
10 Referans Kwoze  

ngokuba ukuhlakanipha kuhle kunobucwebecwebe, akukho lutho olunye olufiswayo olungaqhathaniswa nakho.


Akunakukhulunywa ngekhorali nangekhristalu, intengo yobuhlakani ingaphezu kweyamarubhi.


Ngokuba ngithi izinhlupheko zesikhathi samanje azinakulinganiswa nenkazimulo ezayo, eyakwembulwa kithina;


Ngubani ongathola umfazi woqobo na? Uyigugu eledlula inani lamarubhi.


Kukhona igolide namarubhi amaningi, kodwa izindebe ezinolwazi ziyigugu elinqabileyo.


Ngokuba umusa wakho muhle kunokuphila, izindebe zomlomo wami zizokudumisa.


Yamukelani ukuyala kwami kunesiliva, nolwazi, kunegolide lekhethelo,


Ukuhlakanipha kuhle njengefa, futhi kusiza labo abasalibona ilanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite